Umuthi wokuphasa esikoleni sizokuthakela umuthi manje kule post uphase ngamalengiso uyeke ukuphinda amakilasi. Ake siqale la, kumele uyeke ama drugs uma uwasebenzisa, yeka insangu, ibulala umqondo insangu, yenza ube yi slow learner, insangu uma ubhema insangu iyeke, uzowubona umahluko esikoleni after 3 months.
Umuthi wokuhlakanipha esikoleni ufunde bese ungakhohlwa ubizwa ngo singa lwesalukazi, uyawusebenzisa lomuthi wubuze kwabadala ngakanini bakuyalele, angisayidayisi imithi engama loose manje ingichithela isikhathi sengidayisa imithi ethakiwe. Usinga lwesilukazi luzokusiza ukhumbule konke obekushiwo ekilasini noma okade ukufunda
Uma usuphasile ubuye uzongipha imali
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.